Kude Lasiphuma Khona Poem by THOKOZANI MAGAGULA

Kude Lasiphuma Khona

Kukude lasiphuma khona! !
Kuningi esedlule khona!
Ngke sisikubuyisile emumva! !

Besingeke sibe lana,
Uma bekungemele sibe Lana
Thula musukucabanga mumva,
Sazadlula lezonsuku,
Thula Musa ukukhala,
Sezadlula lezonsuku
Thula Musa ukujula,
Sezadlala lezonsuku

Sasibancane singazi senzani,
Sasibancane sibanjwe wuthando,
Owayengazi wayezothi ngikudlise intando,
Ngikunikezile uthando,
Ngakunikeza inhliziyo,
Sasibancane ngingazi ukuthi inhliziyo ayanele,
Ngizitshela ukuthi ungcono, kuno zanele, banele, anele,
Angeke ngiqede ukubabala ngoba angeke banele,
Noma ngingakhala,
Noma ngingabalisa,
Noma nginga hayiza
Angeke sisabuyele emumva
Kuningi lasidlule khona

Ngibuzwile ubuhlungu benhliziyo
Ngikwizile ukukujabula kwenhliziyo

Monday, April 22, 2019
Topic(s) of this poem: family,love and life
COMMENTS OF THE POEM
Nokuthula Magagula 26 April 2019

Very good poem, m impressed

0 0 Reply
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success