Uthano Lwangempela Poem by andile andy

Uthano Lwangempela

ILe relationship yaBabili Kuphela,
ILe uphathin wakho ungamfela ngisho ukumFela,
ILe noma ngisho uphathini wakho ezazi kanjani ebantwin Kodwa bese enawe akushiye lee ukuzitshela,
Akudingi uze umtshele.

UThando lwangempela aluhambhi nge'Age'
akuhambhi ngokuth usushadile noma usu 'engaged'
aluhambhi ngesex Life yokuth istriker esikorayo noma istriker esiyi'Geji'.
Before ngijule kakhulu othi ngvesane ngilivale leli'page'

Kulenhlobo yothando awulungi if uYindlovukayiphikiswa,
Kudingeka umuntu ozokwamukela ukuphikiswa.
Awudingeke uma uyihlongandlebe,
Kudingakala ukuth uphathin wakho umnike Indlebe.

Manindawonye aniphelelwa ngamazwi,
Awukhohlwa yibirthday yakhe futh uyamculela even if ifike ushelwe yizwi,
Kule relationhsip akufanele kusatshiswane njengo Ndosi No Mazwi,
Lufanele kuzwanwe futhi kuncokolwe njalo njengo Gundi noMazwi.

ILa u realiser khona ukuth izandla ziyagezana.
UkuThi amaphupho abambhisene ayafezana.
UBone isignificane ya'male' ku 'Female'
ya 'malume' ku'malumekazi'
u'Men' ku'Women'
engizama ukukusho ukuth owesifazane ungubambho loweslisa.
Sekshoda kutholane abaright, owesilisa ahigher ubuhle bowesfazane njengo'Monalisa

POET'S NOTES ABOUT THE POEM
Kulenkondlo Ngiyazama ukuchaza Uthando lwagempela, sonke sinama different views ngothando, lolu ngolwamike
COMMENTS OF THE POEM
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success