Inyani Leyo Poem by Ernest Makuakua

Inyani Leyo

Rating: 5.0

Ubuhle bomuntu bungaphakathi kwakhe. Amazwi akha umuzi yilawa o cabanga ukuthi ayadiliza.

Umuntu ufunda ngezwi. Ingane iqonda ngeduku.
Umuntu uzonda umthetho.
Hinyani leyo.

Intela yomuntu onomusa iza ngezenzo zabazali, nalo one nkani naye lo ohlakaniphile
intela yomuntu iza nomqondo ohluzileyo.
Inyani leyo.

Umuntu ongumakhi ngeke a gibele izintaba. soze aqale indlu nge nhlabathi.
Into oyitshalile uvuna yona.
Inyani leyo.

Ishlahla esinama fruit ngeke sizale i veggies.
Inyane leyo.

Isalakutshelwa sibona ngo mopho.
Futhi nengane engakhali ifela embelekweni.
I kiwana elihle liqcwele izibungu.

Inzalo yesono ukufa.
Kokota uzo vulelwa
cela uzophiwa.
Okushaya esihlathini esinye muphe esinye.

Okwenze okubi ungabuyiseli ngokubi.
Inyani leyo.

Inyani leyo?
Mna ndingu Ernest Makuakua and im THE LEGEND
hinyani leyo.

Wena umhle usenempilo

COMMENTS OF THE POEM
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success