[zulu, Ingoma] Sengi Zo Bhala... Poem by LLM Mbatha

[zulu, Ingoma] Sengi Zo Bhala...

Rating: 3.0


sengi zo bhala epheshaneni
incwadi encane
ngifake ikheli, isitembu
ngiyithumele kwa-Zulu, e Thekwini
nhliziyo yami!
uthando lwakho
ntaba ezikude
ngafa yi nkumbulo
sengi zo bhala epheshaneni
ngibhalele u malume
ngifuna ubuhlobo obuhle
sengi zo thumela abakhongi
kwa-Zulu, e Thekwini-

COMMENTS OF THE POEM
Bathoko Hadebe 19 December 2009

Wow eish joe iam speechless you rock my way. you are my role model

0 0 Reply
Khanyisile Cele 28 February 2008

Imfishane futhi imnandi.

0 0 Reply
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success