Uthando Lwami Poem by Londizwi Shezi

Uthando Lwami

sthandwa samaphuphwo wami,
ngicela ungithande ube ngowami,
umhlaba ungikhombisile ukuthi awunasihhe nami,
uthando lwami olwakho lonke nolwakho olwami nami,

uthando lwami
ngyafunga ngyagomela ngthande sgcine s'shadile,
yin' kwenzenjan' kim yin' oyizondile,
ngimtholile oqondile ong'chazile, engimthembile nengimthandile,
ngik'ngcengile unqabile ung'hlulile walile,

uthando lwami
uma ngzamuk'khuluma nawe wen'ugijimele sphethweni salendaba yami,
ukubuyazi ngawe ng'ngakhipha ngishumphefumulo ngezandla zami,
sengil'lahlile ithemba lok'thola wena themba lamathemba ami,
k'shuthu-senendaba ngobusakhononda mak'hlangana mehlakho nawami,

uthando lwami
phela wena uyikusasa lam' el'qhakazile,
ng'zamile ukuk'khohlwa lutho ng'salokhu ngik'qalazile,
nawe uyazazi awusesilo i.......ve' l'hlabayo k'feziwe obek'daliwe k'phelile,
ngendlela oz'phethe ngayo ngathuzumba kantumuhle kodwa min' ung'gabhile,

uthando lwami
mina phela k'wena ng'yaz'funela kahle-kahle bengiz'thandela,
kade ngizama inhliziyo yakho ngishanela,
wathi usuthole abahle mina wang'shiya aside bona bak'shayela,
ngaphenduka is'cefe sothando nenze-zinyizinto phamb' kwam k'shuthi n'yang'gcwalisela,

uthando lwami,
wang'tshela wathi ang'khohlwe usungenzeli'li sbonelo,
ang'sobe ngok'khipha enhlizwen yam' ufana njengenkolelo,
noma ungenzan' enhlizwen' yam' nguwena k'phela oy'nkokhelo,
uyazama ukung'qhathanisa ang'qhathaniseki ung'phonseli'nselelo,

uthando lwami
uma ngik'bona inhliziyo yam iyaticker,
njengemouse kugubhazeli'sfuba sengath' ng'yaclicker,
kunalento eng'shisayo ngaphakathi kim' iyasika,
ngihlezi ngik'vala ng'zoy'bika sewuwazi onke awam' amasnikour,
ngithembise zulu nomhlaba k'sasa imbiba nebuzi ng'yabika,

uthando lwami
wand'xelela ntoyok'bana and'libalulothile,
ndinjenges'bhanxa mand'khangela okok'bana ndik'fumanile,
wandonika tixesha ndathetha nginesazela wand'mamela ndik'flobhelile,
bend'cinga kokuthi olwempela ndil'fumanile,
bend'cinga kokuthi olwempela ndil'fumanile,
undoyokisile wand'phoxa uthetha k'bana und'zondile kantuxokile,

uthando lwami
namanje usala yize kuwusuku lwey'thandani,
und'qhebeles'uthi wena awus'lima aw'sangani,
ngik'landela khathi nakhashana uboni'scefe uthi as'bangani,
ngiyafisa ukwazi kazi mina nawe s'bangani,
mina wang'gabha bheka manje sekunjani,

uthando lwami
umuntu wami ungowami and that can't be changed,
mawungehlula ngizozisa kwagoqanyawo vele it my soul to take,
when you said nah umzimba wam' wazamazama kuhle kwe-earth quake,
bengiyinyoni ubuhle bakho bang'vusa that why today i'm awake,
ithemba lisekhona ngoba you said i should wait,

uthando lwami
itshe seligaya ngomunye umhlathi ngami usuboniswa imbono,
qiniso umenzi uyakhohlwa usukhohlwa izinto zay'zolo,
izinto z'yashitsha nkombose kababa nguwe lo sew'celuxolo,
inxeba lendoda alihlekwa akunasoka lingenasici akukho sigxobo saguga namaxolo,
hlezung'phoxa, ungbhuqa sew'yadinga yimi lo ebeng'kweqela ng'bhula namazolo,

uthando lwami
they say love have no strangers,
we can't even protect ourselves from dangers,
we put our partners first like power rangers,
your thighs, lips, hips and your butt put me under pressur,

uthando lwami
ung'lahlise okwenyongo yenyathi manjusuthi we were meant to be,
okay fine lets build this relationship we,
now i know you, you always cross the line,
from the first time i saw you i knew you belong to me but now you are all mine,

uthando lwami
usungowam, ngakwemukela ngezimhlophe esinakho akusoze kumoshele,
thina sobabili phinde sehlukaniseke nothando lwethu alusoze luxosheke,
sihlale ekukhanyeni ebumnyameni asoze siphoseke,
sibemdibumunye sishade k'senes'khathathi kungaze koneke,

uthando lwami
I'VE SEEN MY DREAMS EWA EPHAHLAZEKA EBA YIZICUCWANA EZINGECOSHEKE! !

Uthando lwami full version created by Londah edited by mctroublex

Uthando Lwami
Saturday, January 10, 2015
Topic(s) of this poem: love
POET'S NOTES ABOUT THE POEM
WARNING: THIS POEM IS WRITTEN IN FOREIGN LANGUAGE
COMMENTS OF THE POEM
mkiti zimasa 26 September 2018

you do make it and it beat deepiy from the heart

0 0 Reply
T.B.S KING TEE 07 September 2018

WHAT A WOW

0 0 Reply
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success