Treasure Island

senzokhaya umhayi

(1991/07/30 / Mtubatuba)

Ngisenguye Owakho


Mama ngisenguye owakho

Ngisakhasa ngingena ezintangeni,
Ungithatha ungibeka emathangeni,
Ungithulise ungixhume ebeleni,
Noma ngitetema ungishushuzele ungiqamelise emabeleni,
Noma sengilibele sengihlaselwe ubuthongo ngalala,
Ungithathe ungindlalelele ungilalise,
Ungihayele umlolozelo ngozele ngilale,
Mama wami ngisenguye owakho,

Nalapho sengidlodlobala sengiqala ukuqina,
Nemali yesondlo yaqala yakuqinela,
Wangihlalisa phansi wanginabela ngesimo,
Noma kwakunzima ngavula amehlo ngabona ngaqonda,
Namanje ngithi ungigezile inqondo,
Ngeke ngifane nendodana yolahleko,
Mama wami ngisenguye owakho,

Noma ngibe umthwalo emahlombe,
Ngakusinda nokuhlupheka kukugcwele izandla,
Kepha awuphelanga amandla,
Noma sengihlaselwa ukugula nezifo awuphelanga mdlandla,
Ube isibaya sami wangivikela kokubi,
Noma bezifik' izikhath' ezimbi awungilahlanga,
Namanje ngisaluzwa lolo thando lwakho,
Qhubeka ungayeki mama,
Ngisenguye owakho,

Noma sengiqinile manje,
Ngisabheka emuva ngikhumbule izinsuku zobungane,
Noma sengibuka ngawami amehlo manje,
Kepha ngisawudinga umbono wakho,
Noma sengithanda omunye wobulili obuthize,
Mama ngisaludinga uthando lwakho,
Mama ngisenguye owakho.

UYINDLOVUKAZI

Submitted: Thursday, September 19, 2013
Edited: Friday, September 20, 2013

Do you like this poem?
0 person liked.
0 person did not like.

Read this poem in other languages

This poem has not been translated into any other language yet.

I would like to translate this poem »

word flags

What do you think this poem is about?

Comments about this poem (Ngisenguye Owakho by senzokhaya umhayi )

Enter the verification code :

There is no comment submitted by members..

Top Poems

  1. Phenomenal Woman
    Maya Angelou
  2. The Road Not Taken
    Robert Frost
  3. If You Forget Me
    Pablo Neruda
  4. Still I Rise
    Maya Angelou
  5. Dreams
    Langston Hughes
  6. Annabel Lee
    Edgar Allan Poe
  7. If
    Rudyard Kipling
  8. A Dream Within A Dream
    Edgar Allan Poe
  9. Stopping by Woods on a Snowy Evening
    Robert Frost
  10. I Know Why The Caged Bird Sings
    Maya Angelou

PoemHunter.com Updates

New Poems

  1. La serpiente que divide el mundo, Train .., Virgil Suárez
  2. The Myth of the Fabulous Sinkhole Island, Virgil Suárez
  3. In The House of White Light, Virgil Suárez
  4. AND IT WAS WRITTEN, Stephen Karnaghan
  5. Legacy, Babatunde Aremu
  6. Prayer by the Fire, Mark R. Elias
  7. Race for flowers, Somanathan Iyer
  8. At the Pulpit, Mark R. Elias
  9. Pulling force, Somanathan Iyer
  10. Leo, Virgil Suárez

Poem of the Day

poet Helen Hunt Jackson

The month of carnival of all the year,
When Nature lets the wild earth go its way,
And spend whole seasons on a single day.
The spring-time holds her white and purple dear;
...... Read complete »

   
[Hata Bildir]