Inkumbulo Poem by THOKOZANI MAGAGULA

Inkumbulo

Rating: 3.5

Nasi isikhathi
Angazi noma usidliwe inhlwathi
Sonke isikathi
Noma kune phathi kuvele
kwehle izihlathi
ngihlushwa yinkumbulo
kuvele kuphele nenjabulo
izinyembezi zigcwale amehlo
Sengiyafisa ukuthi izikhathi zingbuyela emumva kubese Mandulo
bgikhumbule lezo zikhathi
okwakungakabi l8r
nobasekudlule abo 8
Izolo ngibone omunye ofana nawe ngosuku lokhetho
ngase Soweto
I don't knw where she ws going to
Ubeqokise okuka terry pheto
Eqoke isiketi esino mphetho
Ngazijuba ngambuza I ngama ne sibongo
Ngathola ukuthi akahlobelene nawe
Kanti kuyoze kubenini ngicabangana nawe

mntanomuntu nansi inkumbulo
Ubsuku nemini buyadlula
Umangicabanga ngawe kuthi
Angakhale
Ngiyazi ngikonile
ungathi ngikone izolo
angazi uzoxola uma sengiguqa ngamadolo
Umasengikutshela yonke indaba uzokholwa

COMMENTS OF THE POEM
Haidee Majola 28 June 2018

Umzwangedwa uzwiwa nguwe wedwa Nokulinda kuletha ingebhe Kepha kakulahlwa mbeleko ngakufelwa Thokozani Naksasa lisayokhanya ilanga Inkondlo yakho ingishiya ngibambe ongenzansi. Ongenhla ngiwyekela amafinyila. Thank you.

0 0 Reply
Lungelo S Mbuyazi 12 June 2018

Inkumbulo yakho ikwenza uvukwe uthando lapho ubona abafana nowakho umaqonda

1 0 Reply
READ THIS POEM IN OTHER LANGUAGES
Close
Error Success